NGIMTHINTA KANJANI U-SARS UMA NGINEMIBUZO NGESIKWELETU SAMI?
Ungaxhumana no-SARS ngocingo, nge-imeyili, ngesikhahlamezi kumbe uvakashele
igatsha lakwa-SARS:
- Shayela i-Contact Centre yakwa-SARS ku-0800 00 SARS (7277) phakathi kuka-08:00 kuya ku-17:00
- Abashaya phesheya bangaxhumana ne-Contact Centre yethu yakwa-SARS ku- +27 11 602 2093 phakathi kuka-08:00 kuya ku-16:00 ngokwezikhathi zaseNingizimu Afrika
- Ungathumela nge-imeyili noma ngesikhahlamezi ezizindeni zethu zeposi ezine :
- ENyakatho neNingizimu Afika: Abakhokhintela abahlala enyakathi nesifundazwe sase (kuhlanganisa ne-Centurion nePitoli), esifundazweni saseNyakatho-Ntshona, esaseMpumalanga kanye naseLimpompo, sicela basenzise: [email protected] nesikhahlamezi ku- 012 670 6880
- Enkabeni yeNingizimu Afrika: Abakhokhintela abahlala eningizimu nesifundazwe saseGauteng (kuhlanganisa iMidrand, iGolim iKempton Park, iBoksburg, iVereeniging kanye ne-Springs), isifundazwe saseFreystata kanye neMpumalanga Kapa sicela basebenzise: [email protected]
- nesikhahlemezi ku-010 208 5005
- EMpumalanga yeNingizimu Afrika: Abakhokhintela abahlala KZN kanye nasezindaweni ezisenyakatho yeMpulanga Kapa (kuze kufike e-East London nakuyo uqobo) sicela basebenzise: [email protected] nesikhahlamezi 031 328 6018 nesikhahlamezi 031 328 6018
- Entshonalanga yeNingizimu Afrika: Abakhokhintela abahlala eMpumalanga Kapa kusuka entshanolanga ye-East London kanye naseNtshonalanga Kapa sicele basebenzise: [email protected] nesikhahlamezi 021 413 8905